08/01/2023
Ufana nenkanyezi✨esibhakabhakeni🌌,ufana nelanga lasekuseni🌄,Pho-ke phuma langa🌄sikothe,ukukhanya kwakho kuletha injabulo Kimi🤞,ukuqhakaza kwakho kuletha ukumamatheka ebusweni Bami🥰,Ngicela🙏ungibheke emehlweni ungitshele ukuthi uya...uya...eish🙈,Noma ungasashongo lutho olutheni🤞,Ngoba ukukubuka nje kukodwa kuyanganelisa Mina🤞,
by Cboniso 🌹